Tunatazama - Community Monitors

AMAPOTHOLES ENDLELENI

BETTY MASANGO

Amapotholes Eendleni

#MINETRUCKSDAMAGESOURROADS

Endaweni yase Emalahleni nasemalokishini aseduzane nalendawo lapho kukhamba khona izintrucker ezithutha amalahle kugcwele ama potholes akukhambeki especial ekuseni nasentambama kusuke kunetraffic ebangela ukuthi abantu bangakhoni ukufika msinya emsebenzini nofana ekhaya ngebanga lamapotholes.

Abantu bazithola basengozini yokudabukelwa matayera wenkoloyi. lokhu kwenzeka mihla namalanga endaweni yasemalahleni.
Unobangela walokhu izimine ezizombeleze lendawo ngoba lamatruck athutha ilahle imini nobusuku yingakho izindlela zethu zigcwele amapotholes kangaka. lokhu kukhathaza umphakathi wekhethu bazithola sebalimalelwa zinkoloyi ngebanga lemigodi egcwele yoke lendawo bayazama ukuyivala lemigodi mara kuyafana as long kungakalungiseki indaba yezimayini ezisemphakathini wethu ngeke iindlela zivuke zilungile bavala after a month uthola seyivulekile futhi.

Uma kuna imvula lapotholes ayavuleka bese kugubheka imigodu abashayeli bangasakhona ukukhamba kahle.

Amatruck angena phakathi elokishini ayothengisa amalahle that is why imosheka imigwaco .
Umphakathi kumele uye kumaspalati uyobika indaba le naye umaspalati abese uthatha umthetho awubeke ezandleni zakhe especially the fact that lamatruck athutha amalahle ku informal mines.

BETT-11-1.jpg BETT-1-0.jpg