Tunatazama - Community Monitors

UMOYA ONGCOLILE

BETTY MASANGO

Umoya ongcolile

#DEADLYAIR

Mihla namalanga endaweni yase Emalahleni ezinambeni namaphethelo sihlanhabezana nenkinga yeziMines eziseduzana namakhaya ethu.lokhu kuyasilimaza kakhulu simphakathi ngoba sesiphefumula umoya ongcolile mihla yonke .

Llokhu sekuyisikhathi eside kwenzeka kulendawo because of these mines.siphefumula umoya ongcolile lokhu kuyasigulisa kakhulu, kanti nomphakathi uyahlukumezeka ngenxa yalokhu. Uma ubheka indawo esihlala kuyo ayinampilo ngenxa yokuthi sihlala duzane nezimines ezenza kubekhona ukusilaphazeka komoya.

Lokhu kulimaza wonke umuntu ohlala kulendawo especially abentwana nabantu abadala ngoba sebazithola bagula ngenxa yezifo ezifana nabo , Asthma kanye namanye amagulo okuphefumula.
Simphakathi siyazama ukukhulumisana nomasipala wethu ukuze kube nendlela esingaceda ngayo leziMines umuntu nomuntu unelungelo lokuphemula umoya ohlanzekile nophilile

Abezomthetho kanye no DMRE kumele basibonelele ngokwenza isiciniseko sokuthi lezimayini ziyavalwa ikakhulu lezo ezize amaphepha .

BETTY.png